GTM-5LFSJX9 isichitho Sikhishwa Kanjani
top of page

isichitho Sikhishwa Kanjani

Thokoza ekhaya

 uhlushwa isichitho, islwane amabhadi namathunzi amabi , isiwasho noma umuthi wenhlahla angeke usebenze kuwe qala ulahle lezo zinto Uma futhi ubangwa amadlozi angeke nakuwe kusebenze kahle qala ulungise leyo nkinga kube kuyima usebenzisa imithi neziwasho zenhlahla bengithi angindlulise lolu lwazi angikho ke lapho nakhu ke lapho engikhona... Geza uhlambulule idlozi lakho emfuleni ohambayo noma esgangeni thola ikhandlela eligreen neli white ubulongwe benkomo busemanzi nobisi long life or fresh milk ufike emfuleni ukhanyise izibani zakho uthandaze umeme izithunywa nokhokho nakho basondele ucele kuMdali wezulu nomhlaba onguThixo ukuba abakhulule abasondeze kuwe ucele ukubakhona kwengilozi yamanzi ucele konke okufisayo ucele ukuthi ucela idlozi lakho ligezeke noma ngabe lingcole kanjani uNkulunkulu abasize bageze Uma uqeda uphose imali 2Rand emhlophe emanzini uthi kunina enihlala emanzini ngicela amanzi okugeza njengoba ngilapha angizile ngobubi futhi angizile ukuzoganga ngize ngobuhle bodwa ngicela ukuzogeza mina nedlozi lami engihamba nalo, phinda uphose R2 emanzini uvume izono zakho nezokhokho bakho ucele intethelelo, phinda uphose R2 uthi uxolela bonke abakonile, phinda uphose R2 ucele idlozi ohamba nalo likhanye kuwe likhulume nawe ngamaphupho

khulume uthi gezekani bogogo nomkhulu nihlambuluke nibe bahle kimi nami ngihlambuluke ngibe muhle ningiphe izinhlahla izinto zami ezivaliwe zivuleke Makhosi +27731826876




NB

There are people who do copy my articles and use them,bear in mind that i do not Work with them , ​​khumbula ukuthi angisebenzi nabo and Copying articles  is against the copyright Laws. 

25 views0 comments

Recent Posts

See All
bottom of page
GTM-5LFSJX9